Bilisa amanzi uwathele enkomishini yetiye abe uhalf. Bese ufaka ama-teaspoon amathathu etiye. Bese uyagoqoza or uyagovuza ungajahi, zinike isikhashana okungaba imizuzu emihlanu kuya kweyishumi ulokhu ugoqoza khona lizovuthwa kahle itiye lakho. Liphuze ke manje, ulokhu ulinyakazisa ngespoon or uligoqoza khona lingezukuzika phansi. Phuza konke okusenkomishini nenzika yakhona. Akunankinga ukuliphuza ngosuku ozohlangana ngalo nowakwakho kodwa engathi ungaliphuza kusasele izinsuku ezimbili ngaphambi kokuthi nibonane khona uzobona ukuthi likucleaner kanjani, specially uma uqala ukulisebenzisa. Lizokhuphula istofu lisibeke ku6 bese ziyakhala.